Mon. May 27th, 2019

Southern Express

The Voice of The Vulnerable

Ulindwe ngabomvu umcimbi we Ezakithi Awards

1 min read

Mcasiseli Gwaza

Intaka ibekelwe amazolo ngoMgqibelo mhlaka 4 Nkwenkwezi lapho amahlabezulu azothi gwaqa eHillbrow Theatre ezothamela umcimbi we Ezakithi Awards. Lomcimbi ngowokuhlonipha abaculi, abadwebi, abamabonakude , abalobi , nezinhlangano ezisebenza kanzima ekuthithukiseni amasiko kanye nabantu abenza umehluko emphakathini.

Abahleli balomcimbi iCruz Media bathembise ukuthi lomcimbi uzoba seqopheleni eliphezulu, kulindeleke ukuthi kube khona osaziwayo abaningi. Umcimbi uzoqala nge Red Carpet emini bebade ngehola leshumi nambili, uhlelo luyoqhubeka kuze kuyoshaya ihola lesikhombisa ntambama. Kunendondo eziingamashumi amabili nambili okulindeleke ukuthi zamukelwe ngamaciko ngokwehlukana.

Lawa ngavotelweyo

Best Gospel
Best Alternative
Best Kwaito
Best Maskandi
Best Scathamiya
Best Rumba/ Tshova Tshova
Best Group
Best Newcomer
Best Female
Best Male
Best Video Of The Year
Song Of The Year

(lawa awavotelwa ngawokuhlonipha )
HONORARY AWARDS

BEST MC AWARD
LIFE TIME ACHIEVEMENT AWARD
LIVE SOUND ENGINEERING AWARD
MOVIES/DRAMA AWARD
MUSIC PROMOTION AWARD
COMEDY AWARD
WRITING AWARD
FINE ART AWARD
ARTS AND CULTURE PRESERVATION
HEROES OF THE INDUSTRY AWARD

Ukungena R100

1 thought on “Ulindwe ngabomvu umcimbi we Ezakithi Awards

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Copyright ©Southern Express Media Company | Newsphere by AF themes.